Kuboshwe owesilisa ngokudlwengulwa kwengane, 5

2017-08-21 12:32

Cape Town  – Kuboshwe owesilisa ngezinsolo zokudlwengula intombazanyana eneminyaka emihlanu ubudala eKapa.

Isigameko kubikwa ukuthi senzeke ngeSonto ebusuku eMitchells Plain.

Idolobha laseKapa lithi amaphoyisa abesebenza endaweni ngesikhathi ebikelwa ngamalungu omphakathi ngokudlwengulwa kwentombazanyana.

OLUNYE UDABA: Kushone nengane kugingqika imoto

Umsolwa ubesebalekile endaweni kodwa ube eseboshwa ngemuva kokuba intombazanyana ikhombe lapho ehlala khona eTafelsig, eMitchells Plain.

Ngesikhathi eboshwa, owesilisa utholakale nesibhamu esingekho emthethweni.

Isisulu singeniswe esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.