Kuboshwe owesilisa ngokunyamalala kwengane

2016-07-20 11:31

Kimberley – Nakuba kusaqhubeka ukuthungathwa kwengane eneminyaka eminhlanu ubudala, uKeitumetse Magwadibane, ngoLwesibili kuboshwe umlisa oneminyaka engu-38 ubudala ngokunyamalala kwakhe.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Majang Skalkie ukuqinisekisile ukuthi kuboshwe umsolwa ePromised Land selishonile elangoLwesibili kanti uzovela enkantolo maduzane.

Funda nalolu daba: Bangaphandle ngebheyili abasolwa ngokweba isidumbu emakhazeni

Kunomuntu ophekwe ngemibuzo ngoMsombuluko kodwa wadedelwa ngokuhamba kwesikhathi ngemuva kokuba amaphoyisa ehlulekile ukuthola okumhlanganisa nokunyamalaleni kwengane.

UKeitumetse unyamalale ngoLwesine olwedlule ngemuva kokuba yena nomngani wakhe begcine ukubonakala beya esitolo esisendaweni, kubika iDiamond Fields Advertiser.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.