Kuboshwe owesilisa ngokuqamba amanga ngokudunelwa iloli

2016-05-24 14:29

Ladysmith – Owesilisa uvele enkantolo ngokwephula ingalo yomthethop ngemuva kokuthi aqambe amanga ngokuthi kudunwa iloli lakhe, kubika iLadysmith-gazette.

Leli cala lokudunwa kwelolu labikwa emaphoyiseni Estcourt ngoLwesithathu odlule lapho umshayeli weloli ebikele amaphoyisa ukuthi iloli lakhe lebiwe amadoda amathathu abephethe izibhamu ku-N3 Ultra City.

OLUNYE UDABA:Kulimale kabi umshayeli weloli isigebengu sizama ukuduna iloli lakhe

Le ndoda yabika nokuthi abasolwa bahamba naye bayomlahla eRoosboom lapho abalwisa khona ukuze eqe. Wathi abasolwa bathatha umakhalekhukhwini wakhe kanye nemali.

Leli loli latholakala selitholwa ithimba labaphenyi abangaphansi kweThukela Cluster Trio Crime Project.

Leli thimba lathola idokodo laleli cala nokuyilapho okubonakale khona ukuthi lo mlisa uqamba aluhlaza ngoba efihla ukuthi wathola ingozi eRoosboom.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.