Kuboshwe owesilisa otholakale nenqwaba yeziqhumane nezibhamu e-W. Cape

2017-08-20 09:07

Cape Town – NgoMgqibelo emini kuboshwe owesilisa etholakala nezibhamu, yinqwaba yezinhlamvu neziqhumane endaweni yaseBishop Lavis, eWestern Cape.

Ngokusho kwamaphoyisa, lo mlisa ubanjwe esekhaya lakhe ephethe izibhamu zohlobo lwe-9mm ne-7.65mm, u-600 gram PE4 weziqhumane, amabhomu ayisithupha kanye nezinhlobonhlobo zezinhlamvu.

OLUNYE UDABA:Igwetshiwe indoda ebanjwe izama ukudayisa iziqhumane

Kubuye kwatholakala ivesti yokuzivikela, amathuluzi okusingatha izibhamu,  kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andre Traut.

Lo mlisa oneminyaka engu-30 ubudala uzovela phambi kwemantshi yaseBishop Lavis ngoMsombuluko.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.