Kuboshwe owesishiyagalolunye ngelokubulala ababili

2016-07-27 14:30

Durban - Ngemuva kwezinyanga ezine zophenyo olunzulu, amaphoyisa aseze abamba umsolwa wokugcina kwelokubulala epulazini likaVan Rooyen.

Lokhu kwandise inani labasolwa baba isishiyagalolunye kwelokubulala ababili njengoba umsolwa wokugcina ebanjwe eDumbe.

OLUNYE UDABA:Kuzolandela ipulazi likaMalema endalini

 Kutholakale nezibhamu ezinhlanu okusolakala ukuthi izona ezasetshenziswa ngesikhathi kuhlaselwa kuleli pulazi.

Izibhamu zihanjiswe kubahloli kanti namaphoyisa athi aseseduze nokulugoqa uphenyo ukuze umthetho udlale indawo yawo, kubika iVryheid Herald.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.