Kuboshwe oyedwa ngecala lokubulala ababili erenki

2018-02-23 12:30

eThekwini - Ukuzimisela kwethimba eliqokelwe ukuphenya amacala odlame lwamatekisi esifundazweni iWestern Cape, kuphethe ngokuthi kuboshwe umsolwa.

Ngezintatha zangoLwesihlanu amaphoyisa abophe owesilisa oneminyaka engu-51 ubudala okhona embonini yamatekisi.

Lo msolwa uboshelwe amacala amabili okubulala ngesikameko esenzeke erenki yamatekisi ekwaLanga ngoLwesine ekuseni.

OLUNYE UDABA:Kutshalwe amaphoyisa azoqapha isimo erenki okubulawe kuyo ababili

Kuthiwa lo msolwa unukwa nakwelinye icala lokubulala khona kule ndawo nokuyisigameko esenzeka ngomhlaka-10 kwephezulu.

Ukuboshwa kwakhe kulandela uphenyo olwaqala emasontweni amabili adlule mayelana nodlame lwamatekisi oluqhubeka kule ndawo.

Lo msolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yase-Athlone ngoMsombuluko mhlazingu-26 kwephezulu.

Amaphoyisa athi uphenyo lusaqhubeka futhi kungahle kuboshwe abanye abasolwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.