Kuboshwe oyedwa ngelokubulala umphathi wesitolo eKapa

2018-05-03 07:59

eKapa -  Owesilisa osolwa ngokubulala umphathi sewitolo sase-Sea Point useboshiwe, lokhu kuvezwe amaphoyisa aseKapa ngoLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uWayne Dyason utshele abeNews24 ukuthi umufi ubephethe isitolo sefenisha eDiep River, wabulawa emasontweni amabili edlule.

Uthi ngosuku lwesigameko, kwabonakala umuntu ephuma ekhaya likamufi ngemoto yakhe.

OLUNYE UDABA:Bangu-13 abantu abashonile engozini ehlanganisa izimoto eziningi

"Amaphoyisa abeqaphe isimo kule ndawo abikelwa ngokulahleka kwemoto kamufi kanti kukhona lapho esibonakele khona. Aphoyisa aphuthuma eSpaanschemat River Road eConstantia lapho athola khona lo msolwa,"kusho uDyason.

Lo msolwa uzovela enkantolo kungekudala.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.