Kuboshwe ozama zama abangu-9 eKimberley

2018-04-06 09:36

Kimberley - Kuboshwe abavukuzi abangekho emthethweni ngemuva kombhikisho omelene nokukhishwa kwabo eNorthern Cape.

La bavukuzi abangekho emthethweni bamile ekutheni angeke bayeke ukusebenza ezimayini iKimberley Ekapa Mining KV nakuba le mayini ithole imvume yokubasusa eNkantolo eNkulu.

Okhulumela la bavukuzi abangekho emthethweni, uPatrick Masilo uthe bazimisele ngokuxoxisana nezikhulu zakule mayini bathole isisombululo esizojabulisa wonke umuntu.

OLUNYE UDABA:Baphume isinyenyela ozama zama, bebalekela amaphoyisa

Uthe angeke baze babaleke.

"Angeke size sibavumele onogada basezimayini noma izikhulu zakhona ukuba zisikhiphe."

"Sabakuleli. Umuntu ofuna ukusixosha akasiye owakulelo kantyi sizoqhubeka nokusebenza kulo mhlaba wethu," kusho uMasilo.


 - SABC
 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.