Kuboshwe ubaba ngokubandakanye kwelokubulawa kwendodakazi

2017-06-10 15:30

Johannesburg - Kuboshwe abantu abathathu abanemonyaka ephakathi kwengu-22 nengu30 ubudala ngezinsolo zokuthumba nokubulala intombazane, 10, eTsolo e-Eastern Cape.

Kulabo ababoshiwe kubalwa nobaba wentombazane, 30.

Kusolwa ukuthi le ngane yathunjwa nguyise nengoduso yakhe esikoleni eMisty Mount eLibode yatholwa isiyisidumbu ehlathini eliseTsolo.

OLUNYE UDABA: Kuthunjwe kwadlwengulwa intombazane, 16, e-KZN

Okhulumela amaphoyisa uMzukisi Fatyela uthe le ntombazane yathunjwa esikoleni.

"Njengamanje imininingwnae ithi, ubaba uuhlala nomunye wesifazane, le mininingwane ithi ingane yavele yahamba yayohlala nogogo wayo ngemuva kokuphathwa kabi.

"Baya esikoleni, bayithumba, bayidubula, bayibulala. Baboshwa yinhlangano emelene nobugebengu kanti kulindeleke ukuba bavele enkantolo yaseMthatha ngokubulala, ukutholakala nesibhamu esingekho mthethweni nokuthumba."

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.