Kuboshwe ujele nephoyisa ngezonsolo zokushushumbisa iidakamizwa

2016-07-17 08:02

Port Elizabeth – Kuboshwe ujele nephoyisa ngokubandakanyeka esigamekweni sokushushumbisa izidakamizwa ezigamekweni ezahlukene kuleli sonto, kusho amaphoyisa asePort Elizabeth ngoMgqibelo.

U-Ian Van Rensburg, 48, ongujele eSt Albans nowarrant officer uDawid Schoeman, 48, baboshwe ngamalungu eGang Task Team ngezinsolo zokushushumbisa izidakwamizwa ejele nasezitokisini zasezinkantolo, kusho isikhulumi uColonel Priscilla Naidu.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa abacabanga ukushushumbisa izidakamizwa kuleli

UVan Rensburg kusolwa ukuthi wamukela izidakamizwa nemali ukuze ezozishushumbisa ejele ngoLwesithathu. Waboshwa ngoLwesine  ekuseni emzini wakhe oseBethelsdorp wathweswa elokushushumbisa izidakamizwa, kusho uNaidu.

Ngalo lolu suku kwaboshwa uSchoeman enkantolo yemantshi yasePort Elizabeth naye wathweswa elokushushumbisa izidakamizwa nenkohlakalo, ushio njalo.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.