Kuboshwe umfana. 13, ngokugwaza abulale umngani wakhe

2018-04-09 19:30

eThekwini - Umfana oneminyaka engu-13 ubudala uboshelwe icala lokubulala ungani wakhe, 12.

Lokhu kwenzeke endaweni yaseStinkwater enyakatho nedolobha lasePretoria.

Kuthiwa laba bangani babe nengxabano ngesikhathi bedlala umdlalo othile wemali. 

Umsolwa ugwazwe umngani wakhe entanyeni ngesikhali esicijile ngaphambi kokubaleka.

OLUNYE UDABA:Kushone izingane ezintathu ziwelwa wudonga eGoli

Kwesinye isigameko saseLimpopo, amaphoyisa ase-Apel phandle kwaseLebowakgomo aphume umkhankaso wokuthungatha umgulukudu wakule ndawo.

UKarel Nchabeleng, 26, ufunelwa inqwaba yamacala ahlanganisa ukubulala, ukugebenga kuhlonyiwe kanye nawokuzama ukubulala.

Kuthiwa wuyena msolwa ohamba phambili kulawa macala nakwamanye okuduna izimoto.

Uma kukhona onulwazi ngaye angaxhumana noSergeant Christopher Choshi ku073 735 6525 noma ku-015 622 0597.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.