Kuboshwe umfana otholakale nesibhamu esingekho emthethweni eDannhauser

2018-03-22 08:04

eThekwini - Umfana oneminyaka engu-18 ubudala uboshiwe ngemuva kokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni.

Okhulumela amaphoyisa aseDannhauser uSergeant Mfanafuthi Nyembe uthi amaphoyisa abikelwe ngamalungu omphakathi ngalo msolwa ngemuva kokuba aqhumise isibhamu.

Ngokubika kweNewcastle Advertiser, lo msolwa ubanjwe epulazini laseRuthland.

OLUNYE UDABA: Bagwetshiwe ababulala umfundisi becele u-lift kuyena eDundee

“Amaphoyisa afike ekhaya lalo msolwa amyalela ukuba akakhiphe isibhamu, nebala wenza njalo,”kusho uNyembe.

Amaphoyisa athathe lesi sibhamu sohlobo lwe-9mm kanye nezinhlamvu ezahlukahlukene.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.