Kuboshwe umfundi 'ngokudlwengula obedakiwe'

2017-10-17 12:32

Johannesburg - UMnyango wezeMfundo eGauteng usudalule izinsolo zokudlwengulwa komunye futhi umfundi kwesinye sezikole kulesi sifundazwe.

Kudalulwe ngoMsombuluko ebusuku ukuthi intombazane eyenza u-Grade 8 "idlwengulwe" ngumfana owenza u-Grade 10 ngesikhathi kunomcimbi wokuvalelisana ngoMgqibelo.

“Kuthiwa abafundi bahlele umcimbi wokuvalelisana ngaphandle kwamagceke esikole, epaki eseBenoni.

OLUNYE UDABA: OweKwaito ugwetshwe engu-15 ebhadla ejele

“Isisulu (esenza u-Grade 8)‚ ebesiphuze utshwala, sikhonjiswe ngumfana (owenza u-Grade 10) indlu yangasese yakubo esingayisebenzisa njengoba yena ehlala ngakuleyo paki.

“Ngemuva kwalokho, umfana kuthiwa udlwengule umfundi wentombazane,” kusho uMnyango esitatimendeni.

Kuthiwa icala livulwe esiteshini samaphoyisa, kwaboshwa umfana kodwa wadedelwa ukuba agadwe ngabazali bakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.