Kuboshwe umfundisi ngokuphehla imibhikisho enodlame

2016-07-12 16:02

Zimbabwe – Kuboshwe umfundisi ngemibhikisho yangesonto eledlule ezweni laseZimbabwe, kubika i-ECR.

Lo mfundisi ubhekene namacala okuphehla udlame kanti uvalelwe esiteshini samaphoyisa eHarare lapho aphekwa khona ngemibuzo.

Ngesonto eledlule kwaqubuka imibhikisho eyamisa konke ukusebenza ezindaweni eziningi ezweni   laseZimbabwe.

OLUNYE UDABA:Umfundisi udaxabule indodana ngenxa yomnikelo

Abantu baseZimbabwe bebekhalaza ngesimo sezomnotho esingesihle neze kanti basola uMengameli uRobert Mugabe ngokuba ntekenteke komnotho.

Amabhange bewaphelelwa imali, abasebenzi bakahulumeni bengaholi kahle. Kubuye kwamiswa nezinhlelo zokuhwebelana ngesikhathi esibi kakhulu lapho izwe lixinekile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.