Kuboshwe umlimi ngokuhlasela isisebenzi

2018-03-05 19:20

Cape Town – Umlimi waseMossel Bay zimkhalele ngecala lokuzama ukubulala ngemuva kwezinsolo zokuhlasela isisebenzi sasepulazini.

Umlimi kuthiwa uye endlini yesisulu ehamba ngemoto ngoMgqibelo, washayisa ingxenye yodonga lwendlu kwalimala isisebenzi ebesisendlini ngaleso sikhathi.

Umlimi uboshiwe ngeSonto kanti kulindeleke avele eNkantolo ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uMalcolm Poje uthi: “(Umsolwa) ubhekene namacala okulimaza impahla, ukuzama ukubulala necala lokushaya ngenhloso yokulimaza."

OLUNYE UDABA: Abasolwa abane bavelile ngecala lokubulala inkinsela

UDawid Kamfer we-Independent Civic Organisation of South Africa ubizelwe ukuba azosiza isisebenzi.

Uthi isisulu nomsolwa bebenengxabano ngaphambi kwesigameko.

“Umlimi uthe abaphume baphele epulazini. Bona bathi ngeke bakwenze lokho, bamtshela ukuthi akaye enkantolo, wabe esefika ngokwakhe washayisa udonga isisebenzi sihlezi ngaphakathi.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.