Kuboshwe 'umphrofethi' ngelokudlwengula 4 wezingane

2017-08-23 14:03

Johannesburg - Ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela umphrofethi oneminyaka engu-32 ubudala ngezinsolo zokudlwengula izingane ezine eBurgersdorp village, ngaphandle kwaseTzaneen, eLimpopo.

Okhulumela amaphoyisa uMoatse Ngoepe uthi izigameko ezine zenzeka ngaphakathi esontweni.

Uthe le ndoda izovela maduze enkantolo.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe 'umphrofethi owadlwengula' owesifazane ehlathini ethi uyomelapha

"Amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS), eTzaneen abophe indoda engumphrofethi endaweni ngokudlwengula izingane ezine ezineminyaka ephakathi kwengu-12 nengu-14 ubudala."

UNgoepe uqhube ngokuthi: Kusolwa ukuthi izigameko zaqala ukwenzeka ngoDisemba 2016 kwaze kwashaya u-Agasti, udaba salusukumela ngokushesha ngemuva kokuzwa ngalo. Umsolwa uzovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseLenyenye ngecala lokudlwengula. Uphenyo luyaqhubeka."

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.