Kuboshwe umsolwa ngokubulawa komuntu ehostela

2016-07-05 16:01

Kagiso – Kuboshwe umlisa oneminyaka engu-29 ubudala ngecala lokubulala esinye isakhamuzi ehostela laseBoiketlo eKagiso, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

UWarrant Officer Solomon Sibiya uthe amaphoyisa abeqhuba umsebenzi wawo ngesikhathi ebikelwa ngesigameko sokubulala ehostela.

Athole umlisa ebheke phezulu embhedeni, enenxeba lokugwazwa esifubeni.

Funda nalolu daba: Uvele enkantolo osolwa ngokubulala amawele

USibiya uthi amaphoyisa ancinzwe indlebe ngokuthi ungakuphi umsolwa.

Amaphoyisa alandele umkhondo abopha umsolwa ngeSonto.

Umsolwa uvele eNkantolo yeMantshi yaseKagiso ngoMsombuluko kanti icala lakhe lihlehlisiwe ukuze kwenziwe uphenyo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.