Kuboshwe umsolwa oyedwa ngemuva kokushayisa ngemoto eyebiwe

2017-05-20 07:31

Pinetown - Owesilisa nengoduso yakhe bebekhipha impahla emotweni ngesikhathi behlaselwa amadoda amathathu.

Oyedwa wabasolwa owagebenga lezi zithandani ePinetown useboshiwe.

Ngokusho kukaCaptain Bongumusa Manqele okhulumela amaphoyisa asePinetown abasolwa bahlasele lezi zithandani bafuna izikhiye zemoto.

OLUNYE UDABA:Badedelwe ngebheyili abalimi abasolwa ngokubulala ibhungu

“Izigebengu zithathe omakhalekhukhwini, imali kanye nemoto yalezi zithandani. Kuboshwe umsolwa oyedwa mayelana nalesi sigameko,” kusho uManqele.

UManqele uthi lezi zigebengu zishayise le moto emzini osesigcemeni sakwaP eMlazi kwaboshwa umsolwa oyedwa.

Umsolwa utholwe nesibhamu kanti amaphoyisa athi sisazohlolwa ukuze kubonakale uma sike sasebenza esigamekweni sokugebenga, kubika iHighway Mail. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.