Kuboshwe unogada kaMengameli ngokudlelana neBoko Haram

2016-06-30 14:27

Abuja – Kubikwa ukuthi kuboshwe unogada kaMengameli Muhammadu Buhari ngokudlelana namaphekula eBoko Haram.

Ngokombiko weVanguard, uHassan Aminu ubengunogada kaBuhari, uvalelwe esitokisini ngabezokuphepha ngenhloso yokuba aphekwe ngemibuzo.

Funda nalolu daba: Udilikajele kowabulala umzukulo ngoba entshontshe ushukela

Ihhovisi likaMengameli kodwa alitholakalanga ukuba liphawule ngale mibiko.

IFrontiersnews yona ibike ukuthi ihhovisi likaMengameli selenze izinguquko kwezokuphepha kukaMengameli kulandela ukuboshwa kuka-Aminu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.