Kuboshwe unogada ngokudlwengula owesimame okhulelwe

2017-05-23 12:32

Johannesburg - Owesilisa oneminyaka engu-27 ubudala ubhekene necala lokudlwengula owesimame okhulelwe.

Kuthiwa lo nogada unike lo sisi indawo yokulala ebusuku eBerea nokuyilapho amhlasele khona wamdlwengula eselele.

Ngokusho kukaCaptain Xoli Mbele okhulumela amaphoyisa aseGoli, lokhu kwenzeke ezintatha zangoMsombuluko.

Lo wesimame, 22, ubehamba yedwa ebusuku ngesikhathi esola ukuthi kunamadoda amabili amlandelayo.

Ngesikhathi efika ekhoneni likaDe Villiers no-Wanderers Street, ucele usizo konogada ababili abebemi eVilliers Court.

Uthuke woma lo wesimame ngesikhathi onogada bemtshela ukuthi la madoda abemlandeni abefuna ukumgebenga.

OLUNYE UDABA:Iqulu lidlwengule owesifazane

Ngenxa yokuthuka, le ntokazi yamukele usizo lonogada ngesikhathi bemnika indawo yokulala kanti uzodlwengulwa khona lapho.

“Lo nogada uqhubekile nokumhlasela yize emtshele ukuthi ukhulelwe. Kuthiwa lo nogada uvale lo wesimame ngendwangu emlonyeni ukuze engamemezi.

“Ngemuva kwalokhu, ube esethembisa isisulu imali engango-R3 000, kodwa sayinqaba. Uphuthume wabikela amaphoyisa ngalokhu okwanzekile,” kusho uMbele.

Umsolwa uboshiwe kanti kulindeleke ukuba avele phambi kweMantshi yaseGoli kuleli sonto, kubika iThe Citizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.