Kuboshwe usomabhizinisi ngokufa kukanina

2017-09-30 11:34

Cape Town – Kuboshwe usomabhizinisi waseLimpopo uRameez Patel ngokubulawa kukanina, uMahejeen Banu.

Owesifazane osekhulile wadutshulwa wabulala ngumuntu ongaziwa esemzini wakhe ngoSepthemba 19.

Ngokusho kwamaphoyisa uPatel uzovela eNkantolo kaMantshi ePolokwane ngoMsombuluko ngemuva kokuboshwa eWestenburg ngoLwesihlanu.

Usomabhizinisi uboshwa nje ubhekene necala lokubulala umkakhe oneminyaka engu-28 ubudala uFatima.

UFatima washaya, waklinywa waphinde wadutshulwa esemzini wabo oseNirvana.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokubulala osomatekisi eKZN

Umsolwa nokho uyaphika ukuthi wambulala umkakhe, uthi wabulawa yizigebengu.

UPatel usolwa nangokubulala isakhamuzi saseWestenburg, uTony Adams ngo-2013.

Amaphoyisa athi u-Adams wayegcine ukubonakala engena emzini kaPatel.

“Wabe eseshaywa ngenduku ye-hockey, isidumbu sakhe sabe selilahlwa endaweni yokupaka izimoto endaweni,” kusho uMbuso.

 - IOL

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.