Kuboshwe uthisha ngokushaya kanzima umshana, 9

2017-08-25 06:59

Johannesburg - Amaphoyisa aseMpumalanga abophe uthisha eMatsulu ngezinsolo zokushaya kanzima umshana wakhe oneminyaka engu-9 ubudala ngempelasonto.

Isithombe sentombazane, 9, sizungeze ezinkundleni zokuxhumana ngoLwesithathu, sashiya iningi lithukuthele.

Le ngane kuthiwa ihlala no-anti wayo kulandela ukudlula emhlabeni kukunanina kodwa amaphoyisa athi ayisahlali naye selokhu kwenzeke lesi sigameko.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe uthisha oshaye umfundi waze waquleka

Isithombe sengane sisabalale ezinkundleni zkuxhumana siveza umhlane onamanxeba okushaywa ngu-anti wayo.

"Amaphoyisa abe eseya esikoleni, akhuluma neziphathimandla agcina eseyitholile le ngane. Ingane yahanjiswa esiteshini samaphoyisa, okuyilapho efike yabika ngokushaywa ngu-anti wayo."

Amaphoyisa abophe lo wesifazane, 53, ngoLwesine ekuseni ngecala lokushaya ngenhloso yokulimaza.

Icala lalo wesifazane lihlehliselwe uLwesihlanu ukuze ezofaka isicelo sebheyili.

 - TWITTER:

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.