Kubulawa ingane yesikole kubhikishwa

2016-08-17 16:00

Freetown – Amaphoyisa adubule abulala umfundi kanye nomuntu odayisa emgwaqeni enyakatho yezwe laseSierra Leone ngoLwesibili ngesikhathi kunombhikisho wentsha ngokususwa kwesikhungo esiqeqeshela imisebenzi.

Amaphoyisa eKabala, esifundeni saseKoinadugu, athi izishoshovu zentsha zishise imizi kulo mbhikisho.

Funda nalolu daba: Isola lithathe ingane umam wayo elala nomfowabo 

Amanesi asesibhedlela esiseduzane akuqinisekisile ukuthi abone izidumbu ezimbili kanti wona elaphe abantu abangu-15 abalimele.

Kuthiwa izisulu, ezingadalulwanga amagama azo, zidutshulwe ekhanda nasemhlane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.