Kubulawe abanye abantu ababili eGlebelands ngempelasonto

2018-03-19 08:03

Johannesburg – Sekuphinde kwabulawa abanye abantu ababili ehostela lodumo eThekwini iGlebelanda KwaZulu-Natal ezigamekweni ezimbili ezahlukene ngempelasonto.

NgeSonto, kutholwe isidumbu ehostela kanti ngoMgqibelo kuhlaselwe indoda yashona ethaveni.

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa aphenya ngobugebengu eGlebelands athole isibhamu

Leli hostela libandakanyeka ezigamekweni ezingu-100 zokubulawa kwabantu esifundazweni kanti lichazwe yiMoerane Commission “njengekhaya lezinkabi.”

Owamaphoyisa uThembeka Mbhele uthe: “Akwaziwa noma lezi zigameko zihlobene yini kodwa ziyaphenywa.

“Uphenyo uma lusanda kuqala okusho ukuthi besingakatyholi imbangela yokubulala kodwa amaphoyisa ayaphenya.”

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.