Kubulawe amabhubesi kusindiswa indoda eziphose kuwo

2016-05-23 10:06

Santiago - Abesiqiwu sezilwane eChile bathe baphoqeleke ukuba babulale amabhubesi amabili ngempelasonto ngenhloso yokuvikela indoda ebifuna ukuzibualala, evele yakhumula yabanqunu yase ingena ekhejini lazo phambi kwezivakashi.

Abezokuphepha basukumele phezulu ngesikhathi abasebenzi bakule ndawo bebona le ndoda igibela ingena ekhejini lamabhubesi isebenzisa intambo ngoMgqibelo, kusho inhloko yeSantiago Zoo u-Alejandra Montalva.

OLUNYE UDABA: Zingu-17 izingane ezishe kuqubuka umlilo esikoleni

Lezi zilwane, esesilisa nesesifazane zivele zayihlasela le ndoda ngokuphazima kweso, kwase kuphoqeleka ukuba zibulawe. Umjovo wokulalisa lezi zilwane ubungeke usalunga njengoba ubuzothatha isikhathi eside, kusho uMontalva.

"Lesi sigameko sisishaqisile ngoba izilwane ezilapha ziyingxenye yomndeni wethu," usho njalo.

"La mabhubesi abesephile nathi iminyaka engaphezu kwengu-20."

Le ndoda iphuthunyiswe esibhedlela isesimeni esibucayi.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.