Kubulawe amalungu amathathu eqembu likaMaskandi

2016-07-06 11:35

Johannesburg - Kugwazwe kwabulawa amalungu amathathu eqembu likamaskandi Abafana Bakamolo baNgempela ePhumula Mapleton, ngaseVosloorus e-East Rand, esehlakalweni okukholakala ukuthi siyingxenye yezimpi zomasikandi oziqhubekayo.

Izisulu kuthiwa zibulawe ngoba zicule ingoma kaBhekumuzi Luthuli, ongowaKwaMaphumulo, eKZN.

Isehlakalo senzeke ekuseni ngoMgqibelo emcimbini leli qembu ebelizonandizsa kuwona.

Funda nalolu daba: I-SACP ihlele ukubhikisha eSABC

Abafana Bakamolo yiqembu elinamalungu amahlanu elasungulwa ngo-2006 nguLuthuli.

Ababulewe uLebohang Dlamini, Mxolisi Hlabeni noLehlohonolo Mofokeng kanti baneminyaka ephakathi kwengu-18 kuya kwengu-20 ubudala, kubika iSowetanLive.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.