Kubulawe amasosha amahlanu

2016-07-08 11:37

Nairobi – Kubulawe amasosha amahlanu kahulumeni waseSouth Sudan ngesikhathi edubulana namahlabuka enhlokodolobha ngoLwesine, kusho amasosha ngoLwesihlanu.

Izimoto ebezilandelana zamasosha alabo abadlelana nalowo owayengumholo wamavukelambuso uRiek Machar avulele ngenhlamvu eJuba lapho bekuvimbe khona amasosha adlelana noMengameli Salva Kiir, kusho uLul Ruai Koang, okhulumela amasosha kahulumeni.

Funda nalolu daba: Wokhelwe ngomlilo obesolwa ngokuphanga

UKoang uthe kubulawe amasosha amahlanu.

"Siphindisele ngenhlamvu kodwa hhayi kakhulu.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.