Kubulawe ibhungu ebelivele enkantolo ngelezidakamizwa eKapa

2017-07-21 07:00

Cape Town - Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngemuva kokudutshulwa kubulawe ibhungu, eBishop Lavis, eKapa.

Okhulumela amaphoyisa uFC van Wyk uqinisekise ukubulawa komuntu ngaphandle kwebhilidi elikuMyrtle Road.

UVan Wyk uthe ihhovisi liqinisekisa isigameko esenzeke kuMayrtle Road, eBishop Lavis lapho okudutshulwe kwabulawa khona ibhungu elineminyaka engu-16 ubudala.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa ibhungu abantu bebukela izimoto zishaya izidudla

"Kusolwa ukuthi isisulu besivele eNkantolo yeMantshi yaseBishop Lavis kulandela ukuthokala nezidakamizwa. Kuthe sesigoduka sadutshulwa phambi kwebhilidi iDisa Court, kuMyrtle Road, eBishop Lavis.

"Kuvulwe icala lokubulala ukuze kuzophenywa. Lesi sigameko sokudubula kukholakala ukuthi sihlobene nesamaqembu ezigelekeqe."

 
 - Cape Argus

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.