Kubulawe owesifazane esemzini wakhe

2016-07-15 17:31

Johannesburg – Amaphoyisa aseGauteng aqhuba uphenyo kulandela isigameko sokudutshulwa kowesifazane washona esemzini wakhe, ePitoli.

Lo wesifazane, 49, udutshulwe waphelela emzini wakhe oseCenturion ngoLwesine ebusuku.

Ngokusho kwe-ER24, babizelwe emzini oseHeuweloord ngabo-23:00, bathi uma befika bathola amanye amalungu ezimo eziphuthumayo ezama ukusindisa lo wesifazane, kubika iCenturion Rekord.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe omunye futhi KwaMashu

“Nabosizo lokuqala bakwa-ER24 babe sebefaka igxalaba. Kuphele imizuzu engu-40 bezama ukusindisa lo wesifazane kepha kwazinhlanga zimuka nomoya,” kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

Ube esehlonzwa njengoshonile khona endaweni yesigameko.

“Imininingwane mayelana nalesi sigameko ayicaci kahle kanti amaphoyisa aqhuba uphenyo.”

Amaphoyisa awatholakalanga ukuba aphawule ngesikhathi sokushicilela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.