Kubulawe owesilisa, unkosikazi walimala behlaselwa

2016-07-25 19:02

Cape Town - Kubulawe owesilisa kwathi unkosikazi wakhe walimala ngesikhathi behlaselwa epulazini abahlala kulo elingaseSteynsburg, e-Eastern Cape.

Lo wesilisa, 45, udutshulwe washona ngeSonto ebusuku, kepha unkosikazi wakhe ulimalile wase ephuthunyiswa esibhedlela esisePort Elizabeth.

OLUNYE UDABA: Kuhlehliswe umshado kuhlaselwa ubaba womkhwenyana

Umsolwa kusolakala ukuthi ubaleke ngonyawo ngemuva kokuhlasela.

Okhulumela amaphoyisa uUrsula Roelofse uthe amaphoyisa athole ucingo kunkosikazi kamufi, ase ephuthuma kuleli pulazi.

"Amaphoyisa athe uma efika athola isisulu silele phansi ekhishini sidutshuliwe. Bese sivele sesishonile."

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.