Kubulawe umsizi wasendlini abaqashi bakhe beseholidini

2017-12-23 12:11

ohannesburg – Kubulawe umsizi wasendlini eLittleton, ePitoli, abaqashi bakhe beseholidini, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Kusolakala ukuthi lo wesifazane ugwazwe ngesikhali esicijile esitholakale endaweni yesigameko, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Daniel Mavimbela. "Umufi utholwe ngabaqashi bakhe befika njengoba baya eholidini kusukela ngoLwesihlanu olwedlule," esho.

Kuvulwe amacala okubulala nokuphanga njengoba kusolakala ukuthi kwebiwe i-laptop ne-tablet kulo muzi, kusho uMavimbela.

OLUNYE UDABA: Kubulawe iphoyisa esitolo esidayisa u-Ice Cream

"Amaphoyisa awanakungabaza ukuthi imbangela yalesi sigameko izokwazeka kundekudala," esho

Uthe amaphoyisa eTshwane Central Cluster azibophezele ekuqedeni nya ngobugebengu obuhambisana nodlame, ukuhlukunyezwa kwabesifazane nezingane ngokuthi kuboshwe abenzi bokubi ukuze kuqinisekiswe ukuthi lezi zigameko aziphinde zenzeke.

"Naleli cala ngokunjalo, abenzi bobubi bazojeza," esho.

UMavimbela unxuse noma ngubani ongaba nolwazi olungaholela ekutheni kuboshwe abasolwa ngokushesha ukuba ashayele iCrime Stop ku-08600 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.