Kubulawe unogada oyedwa kwalimala omunye kwezokudubula eGoli

2017-10-26 14:01

Johannesburg - Kubulawe unogada kwalimala omunye kulandela izigameko ezimbili zokudubula, kusho abosizo lokuqala ngoLwesine.

Izigameko kusolwa ukuthi zenzeke ngoLwesithathu ebusuku eMidrand nase-Olievenhoutbosch.

Ngokusho kokhulumela abosizo lokuqala iNetcare, uNick Dollman, esigamekweni sokuqala, isisulu sidutshulwe sibanjwa inkunzi ngesikhathi sishayela imoto yaso yomsebenzi.

"Le ndoda, 33, ebisemotweni yonogada kuSand Road phakathi kwehlathi nemijondolo e-Olievenhoutbosch, idutshulwe amahlandla amaningi yashonela endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe unogada eMlazi, kwaboshwa 3 wabasolwa

"Amaphepha amayelana nokushona kwakhe aphothulwe ngabeNetcare 911 adluliselwa kwiziphathimandla khona endaweni yesigameko."

Khonamanjalo eMidrand, abosizo lokuqala babizelwe endaweni yesigameko sokudubula ebhilidini lamahhovisi eBarbeque Downs ngezithuba zabo-23:30.

Ngokusho kwemibiko, unogada ubone amadoda ngaphakathi kule ndawo, ngesikhathi eqonda kuwo, kusolwa ukuthi udutshuliwe.

"Le ndoda eneminyaka engu-47 ubudala, idutshulwe kanye emzimbeni, yalashwa ngabe-Netcare 911 ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela."

Uphenyo luyaqhubeka.

 - IOL

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.