Kubulewe abafana ababili kwesokungqubuzana kwemigulukudu eKapa

2018-03-13 07:52

eKapa - Inhlangano eqapha umphakathi eSteenberg ikhathazekile ngokwanda kodlame lwamaqembu emigulukudu.

Lokhu kulandela ukubulawa ngesihluku kwabafana ababili abasebasha.

Le Community Policing Forum (CPF) ithi sesihleli ku-5 isibalo sabantu ababulewe ngempelasonto, nokubalwa kubo umfana osemusha owahlaselwa wabulawa eLavender Hill.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe osolwa ngokubamba inkunzi iveni lemali

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uFC van Wyk usiqinisekisile isigameko sangoMgqibelo.

“Amaphoyisa abikelwe ngesigameko sokudutshulwa komfana oneminyaka engu-16 ubudala otholakale enamanxeba amaningi okudutshulwa. Lo omunye odutshuliwe ogamalakhe belingakaqinisekiswa yena usindile.

Okhulumela inhlangano eqapha umphakathi uGavin Walbrugh unxusa umphakathi ukuba usukume ubambisane ulwe nobugebengu futhi ubikele amaphoyisa ngobugebengu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.