Kubuyekezwa umthetho wokufihlwa kwemibungu

2016-07-12 10:01

Johannesburg - Abazali abahushukelwa yizisu ngaphambi kwamasonto angu-26 bangase bavunyelwe ukuba bazingcwabele izingane zabo.

Njengamanje uMnyango wezeMpilo uphezu kwezinhlelo zokuqala umgomo ozolekelela izibhedlela ukuze zizokwazi ukuthi zenzenjani ngembungu.

OLUNYE UDABA: Kutholakale umbungu ePMB

Okwamanje imbungu iyalahlwa. Isikhathi esiningi abazali bebengakwazi ukuzikhethela ukuthi kwenzekeni ngombungu.

ISekela lomqondisi wezempilo uDokotela uTerence Carter uthe umnyango ubone ukuthi kunendawana eshodayo ngokufanele kwenziwe yizibhedlela ngembungu ezalwe inesisindo esingaphansi kwesingu-1000g noma ngaphansi kwamasonto angu-26.

"Izifundazwe ezahlukene nezibhedlela zisebenzisa imigomo yazo, kanti umnyango usubone ukuthi kudingeka indlela eyahlukile yokwenza izinto," usho njalo, kubika, iTimesLive.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.