Kucasuke abantu indoda igaxa intatheli yethula udaba kumabonakude

2017-10-25 14:00

Cape Town - Izinkundla zokuxhumana ziphayiza ilambu elibomvu kulandela isigameko esibandakanya intatheli yakwa-eNCA, u-Athi Mtongana.

UMtongana uphazanyiswe yindoda ebidlula ngendlela ngesikhathi ethula udaba lwasePhilippi East, eKapa, eWestern Cape. L endoda iqhamuke ngemuva yagaxa uMtongana, ihleka.

OLUNYE UDABA:Umculi kamaskandi uhlasele intatheli yeLANGA

Izishoshovu zobulili kanjalo namalungu omphakathi bazwakalise ukucasuka kwabo bagxeka isenzo sale ndoda.

Abanye bashayele uMtongana ihlombe ngokuzibamba aqhubeke nomsebenzi wakhe sengathi akwenzekanga lutho yize ebekulesi simo abekuso.

- TWITTER:


 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.