Kucelwa abashayeli ukuba bahloniphe imithetho yomgwaqo

2016-12-15 16:02

Johannesburg - UNgqonqgqoshe wezokuThutha, uDipuo Peters, uthe akamuhle emoyeni ngenxa yenqwaba yabantu engayilandeli imithetho yomgwaqo yize sekwenziwe izinhlelo eziningi zokuqwashisa ngayo.

UPeters ubekhuluma ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso wokuphepha kwabantu emgwaqeni ngamaholidi obuqhubeka emgwaqeni u-N12 okuyiwo oxhuma amadolobha amaningi aseNorth West neGauteng.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa omgwaqo eGoli abalindele ababuyayo

Uthe kula maholidi bazogxila kakhulu ekuphepheni kwabahamba ngezinyawo futhi nomthetho uzodlala indima yawo kulabo abawephulayo.

"Abantu basebenzisa u-N12 ngoba bebalekela amaphoyisa kwezinye izindawo. Namuhla sila, sizobabamba."

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.