Kucelwa ukuba abashayeli bamatekisi bahloniphe imithetho yomgwaqo

2018-04-03 14:00

Durban - Inhlangano iSouth African National Taxi Organisation (Santago) KwaZulu-Natal icela abashayeli bamatekisi ukuba bahloniphe imithetho yomgwaqo.

Isikhulumi uSfiso Shangase sithe basebenzisana nohulumeni emkhankasweni obizwa ngokuthi yiHlokomela ohlose ekutheni unciphise izingozi zomgwaqo.

OLUNYE UDABA:Umnyango wezokuthutha ulungiselela amaholidi

UShangase uthe umsebenzi walo mkhankaso ukuhlolwa izimoto ukuthi zisesimeni esifanelekile yini sokuhamba emgwaqeni ngaphambi kokuba ziphume emareki namagibeli.

Ugqugquzelae bonke abashayeli bamatekisi kanjalo nosomatekisi ukuba babe ngamanxusa okuphepha komgwaqo.

Yize kunjalo, uShangase uzwakalise ukukhathazeka kwakhe ngokushona kwabantu abangaphezu kwabangu-20 ezingozini zomgwaqo KwaZulu-Natal kusukela ekuqaleni kwempelasonto yePhasika.

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.