Kuchithwe amahlebezi okudlula emhlabeni kukaTutu

2018-04-22 14:06

Cape Town - U-Archbishop Emeritus Desmond Tutu ngeSonto uchithe imibiko engamampunge ethi akasekho emhlabeni, kusho okhulumela umndeni.

Isikhulumi uRoger Friedman  esitatimendeni uthe, lo mbiko ongamampunge uzungeze ngeSonto, kubikwa ukuthi ushonele eMelika.

"UTutu nonkosikazi wakhe uLeah Tutu baphila njengosheleni emzini wabo oseWestern Cape," kusho uFisherman.

OLUNYE UDABA:Khula udle izinyoni zabantabakho –Desmond Tutu

Izingcingo zilokhu zingenile kusukela kuzungeze la mahlebezi ezinkundleni zokuxhumana kwenziwa sengathi athathwe kwiphephandaba iNew York Times," kusho uFriedman.

Lezi zindaba zisekhona namanje kwiwebsite yeNew York Times.

Ubone kungcono ukuba awachithe la mahlebezi ngaphambi kokuba aze ashicilelwe ngamanye amaphephandaba.

Akusikho okokuqala kusabalala la mahlebezi okudlula emhlabeni kukaTutu.

NgoSepthemba 2016, kwadingeka ukuba indodakazi yakhe uMpho ichithe amahlebezi afana nalawa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.