Kucishe kwama Izivivinyo abafana bezoziphindisela kumfundi owagwaza omunye

2016-11-16 19:30

Durban - Kuqubuke uthuthuva kwacishe kwaphazamiseka izivivinyo kufika abantu bethi bezoshaya umfundi esikoleni.

Kuthiwa ingxabano yaqala emasontweni ambalwa adlule lapho umfundi ohlala eCator Crest egwaza omunye umfundi ohlala eChesterville.

Kwaqala lapho ukusongelana kwaze kwaba wukuthi lolu daba lungenwa nangabanye abantu abangafundi bethi befuna ukuziphindiselela ngokugwazwa komfundi wangakubo.

Laba bafike esikoleni samaBanga aphakeme iBonela Secondary bezofuna lo mfundi owagwaza omunye.

OLUNYE UDABA:Uthisha ushaye wabulala umfundi ongakhokhanga esikoleni

Umfundi ozibonele ngawakhe kuwala uthuthuva uthe ukukhuluma kuqale beqeda ukubhala iphepha lasekuseni.

"Kufike abafana abangafundi lapha esikoleni befuna ukuzoshaya umfundi bethi bazoziphindiselela, kubika ISOLEZWE.

"Omunye umfundi walapha esikoleni ukhiphe ummese wagwaza omunye walaba bafana. Kuze kwabizwa amaphoyisa ngoba nabothisha bebehluleka ukusilawula lesi simo,"kusho lo mfundi.

Amaphoyisa akuqinisekisile okwenzeke kulesi sikole asho nokuthi umfana ogwaziwe uphuthunyiswe esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.