Kudala kubikwa ngokungaphephi kwaleli bhilidi eselithathe ingane

2017-12-29 18:01

eGoli - Kudala kubikwa nasezindabeni ngokungaphephi kwaleli bhilidi iHerdershof eliseGoli.

NgeSonto, intombazane eneminyaka eyisithupha iwe yashona kusukela kuleli bhilidi elihlala amaphoyisa eSophiatown, eGoli.

Le ngane kuthi ibidlala nabangani bakhe ngesikhathi ema eqhiyama ngomnyango we-lift ephukile, kanti uzovuleka lo mnyango.

OLUNYE UDABA:Kushone ingane, 2, kusha imijondolo eThekwini

Le ngane ihlulekile ukubambelela yawa kusukela esitezi sesihlanu.

Imithombo ekhulume nabeDaily Sun ukuthi amaphoyisa kanye nemindeni yawo ihlala kulawa mafulethi futhi awanakekelwa ngendlela.

"Amaphoyisa asebenza kanzima ukuvikela umphakathi kodwa wona nemindeni yawo awanekekelwa," kusho umthombo.

Ithimba laleli phepha lihambele kule ndawo ngoLwesibili emini liyozibonela ngawalo isimo saleli bhelidi nokuya kuleli gumbi ebekuhlala kulo ingane le seshonile, kwabonakala ukuthi njengoba amalift engasebenzi kunzima kakhulu kubantu abahlala kule ndawo.

Okhulumela amaphoyisa aseGauteng uKaputeni Mavela Masondo uthe kuvulwe idokodo kanti kusaphenwa ngalesi sigameko.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.