Kudaleke isiminyaminya ku-N3 kusha iloli ngasePMB

2018-04-03 18:00

ePietermaritzburg - Kudaleke esikhulu isiminyaminya emgwaqeni omkhulu u-N3 ngasedolobheni lasePietermaritzburg ngoLwesibili eskuseni.

Lokhu kulandela isigameko sokusha kweloli eliwile kule ndawo.

Amaphoyisa omgwaqo athi leli loli liwe lalala ngohlangothi lavala umgwaqo emzileni obheke eGoli.

OLUNYE UDABA:Kushone 6 wabantu kuphaphalaza imoto emgwaqeni

Okhulumela i-RTI uZinhle Mngomezulu kume nse ukuhamba kwezimoto ngenxa yokuvaleka komgwaqo.

Kuze kwadengeka ukuba ezinye izimoto zikhonjwe enye indlela ehamba ngo-Old Howick Road. Amaloli wona abemiswa ukuze kuvikelwe izingozi

-KZN Eyethu

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.