Kudaleke omkhulu umonakalo ngenxa yemvula enamandla nezikhukhula

2016-07-24 09:00

China -  Kushone abantu abangu-72 kanti abantu abangu-78 balahlekile esifundazweni saseHebei ngemuva kwemvula edale izikhukhula.

Ngokwemibiko yeTimeslives, kubhidlike imizi engu-50 000 nokuyinto eyenze abantu abangu8.6 miliyoni basale bengenamakhaya.

OLUNYE UDABA:'Iyasisiza imvula ekubhuleni ilangabi eKapa'

Esifundazweni saseHenan kushone abantu abangu-15 kanti abangu-8 balahlekile kanti kule ndawo bangu 7.2 miliyoni abantu abasale dengwane.

 Le nhlekelele idale omkhulu umonakalo kuleli lizwe lase-China njenoba ezolimo zizodwa zizodla imali elinganiselwa ku-3 bhiliyoni wamadola aseMelika, kubika iTimeslive.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.