Kudalekele izingozi eKZN ngenxa yezikhukhula

2017-02-22 14:01

Durban – Abezimo eziphuthumayo ogwini olusenyakatho-mpumalanga yeKwaZulu-Natal sebephuthume ezindaweni ezingu-9 okwenzeke kuzona izingozi kusukela ngo-06:00 ekuseni njengoba izimvula zidale izikhukhula ngoLwesithathu.

Okhulumela i-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst uthe izikhukhula zidale umonakalo eShaka's Rock, enyakatho yeTheku, kanti amanzi ahamba phezu kwamabhulohwe amancane ezingxenyeni zaseBallito.

"Siphuthume ezindaweni zesigameko eziningi ukusuka oThongathi kuya KwaDukuza. Izingozi eziningi zidalwa ukuphuma kwazo emigwaqeni ngemuva kokushelela."

OLUNYE UDABA: Ugwetshiwe owabulala intombi wayifaka ethoyilethi lomgodi

UHerbst uthe abantu abahlanu bathole ukwelashwa kulandela ukuthola imihuzuko ngoLwesithathu ekuseni.

Akubikwanga muntu oshonile.

UHerbst uxwayise abashayeli bezimoto ngokuwela emabhulohweni amancane uma imvula iyidliva.

Uthi futhi uma kwenzeka abashayeli bezwa imoto kungathi iyashelela, kumele banganyatheli kakhulu amabhuleki kodwa bazame ukwehlisa ijubane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.