Kudideke ngisho uMntwana ngokwenzeka kwiNFP

2016-07-07 07:27

Durban – Umengameli weNkatha Freedom Party, uPrince Mangosuthu Buthelezi ngoLwesithathu ubebukeka edidekile naye ngokweneka kwiNational Freedom Party njengoba nabezindaba besadidekile.

Ekhuluma esithangamini sabezindaba eThekwini, uButhelezi uthe uyalele amalungu akhe ukuba azise ubuholi be-NFP ngokukhathazeka kwakhe ngezinsolo ezithi iqembu lakhe linesandla ekukhishweni kweNFP okhethweni.

NgoLwesithathu uButhelezi uthe ukhathazekile ngokusatshiswa kwamalungu eqembu lakhe.

Funda nalolu daba: Kuboshwe ababili kudutshulwana

NgoLwesibili kuboshwe amalungu eNFP angu-28 ngemuva kokuvala umgwaqo omatasa ongenela oLundi ngaseMelmot KwaZulu-Natal.

Bebebhikishela ukukhishwa kweqembu okhethweni kulandela ukwehluleka kwalo ukukhokha imali yokubhalisa ngaphambi komhlaka 2 Juni womnqamulajuqu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.