Kudedelwe ebebesolwa ngokudlwengula nokubulala ingane

2017-06-09 16:01

Cape Town – Abasolwa ngokubula nokudlwengula u-Iyapha Yamile, 5, sebekhululiwe ngemuva kokuba uMbuso uhoxise amacala ebebsolwa ngawo.

UThabiso Mtshanguta noThabo Titus bavele eNkantolo yeMantshi eKhayelitsha ngoLwesihlanu ekuseni.

Imijondolo yabasolwa yacekelwa phansi yizakhamuzi ezazidiniwe kulandela ukuboshwa kwabo ngemuva kokutholakala kwesidumbu sika-Iyaphi.

UMbuso uthe ngemuva kophenyo oluhlanganise nemiphumela yolibofuzo, abukho ubufakazi obuhlanganisa abasolwa necala.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa abane eThekwini

U-Eric Ntabazalila weNPA uthe: “Kutholakale ulibofuzo lowesilisa ephentini nasemzimbeni wengane, kodwa aluhlobene nabasolwa abavele enkantolo.

“Uphenyo ngolibofuzo olutholakele luyaqhubeka futhi sinethemba lokuthi luzosiholela ekuboshwe komsolwa nasekushushisweni kwakhe. Okwamanje akukho okuhlanganisa abasolwa necala”.

U-Iyapha wanyamalala ngo-Ephreli April 30 kade edlala ngaphandle komuzi eKhayelitsha. Isidumbu sakhe satholakala ngakusasa ekuseni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.