Kudilizwe abagibeli etekisini yase iyashiswa ePolokwane

2016-11-09 14:32

Polokwane - Kuqhamuke itekisi eligcwale amadoda erenki ese-Indian Centre Taxi Rank ePolokwane, bavulela ngenhlamvu.

Ngemuva kwaleso sigameko kwavinjwa itekisi engaphansi kukasoseshini iPolokwane Sibasa egcwele abagibeli, ebilibangise eMusina.

Kuthe kusenjalo kwaqhamuka amadoda amathathu ayingxenye kasoseshini waseMakhado aphoqa abagibeli ukuba badilike.

Abe esevuvuzela leli tekisi ngophethiloli ase eyalishisa. Kuthiwa lolu dlame lususwe wumzila waseMusina obangwayo, kubika iDaily Sun.

OLUNYE UDABA:Kulimale abangu-28 kushayisana amatekisi ku-M4

Kuthiwa kubuye kwashiswa amanye amatekisi amabili ngaphambi kokuba kufike izicishamlilo.

U-Amos Maphanga, 44, ongumshayeli wetekisi elishisiwe uthe uzwe kuqhuma izibhamu wase ebalekela esitolo.

"Bonke bebephethe izibhamu ukube ngizame ukubaleka bebezongibulala. 

"Bona abanawo amaphepha okusebenza kulo mzila waseMusina kodwa bafuna ukusebenzisa lo mzila ngenkani," kusho yena.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Moatshe Ngoepe ukuqinisekisile ukuvulwa kwamacala okushiswa kwempahla kanye nodlame emphakathini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.