Kudlule emhlabeni omunye usopolitiki wakuleli

2018-04-11 08:50

Johannesburg – Kudlule emhlabeni osopolitiki owayenguNgqongqoshe eNingizimu Afrika ngoLwesithathu ekuseni.

UZola Skweyia ushonele eKloof Hospital ePitoli eneminyaka engu-75 ubudala.

UMpho Mosimane, owayekhulumela omakadebebona be-ANC abazibiza nge-101, ababefuna uJacob Zuma ehle esikhundleni, uthi bazokhipha isitatimende ngokuhamba kosuku.

OLUNYE UDABA: 'Indlela akhule ngayo uWinnie iyona eyamenza wangaba uvuma zonke'

USkweyiya uke waba nguNgqongqoshe wezemiSebenzi yoMphakathi nokuPhathwa kwayo ngaphansi kweKhabhinethi likaNelson Mandela, waphinde waba nguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi sekuphethe uThabo Mbeki.

Uphinde waba yilungu lesigungu esiphezulu kwi-ANC.

USkweyiya uthathe umhlala phansi ekubeni yilungu lePhalamende ngemuva kokhetho lwango-2009, ekhala ngesimo sempilo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.