Kudlule emhlabeni umdlali elele ehhotela

2018-03-04 15:03

Florentina - IFiorentina isikuqinisekisile ukudlula emhlabeni kukakaputeni wayo uDavide Astori ngokukhulu ukuzuma.

Lo mdlali oneminyaka engu-31 ubudala ubesehhotela nozakwabo ngaphambi komdlalo weligi ebebezowudlala ne-Udinese ngesikhathi edlula emhlabeni.

OLUNYE UDABA: Abantu bangakhuluma abakuthandayo - Benni

"IFiorentina yethukile kanti futhi iyaphoqeleka ukumemezela ukuthi ukaputeni wayo uDavide Astori akasekho emhlabeni,” ngokusho kwesitatimende.

“Ngenxa yalesi simo esinzima, nangokuhlonipha umndeni wakhe, sinxusa ukuba abezindaba bazwelane kakhulu nomndeni.”

Imidlalo yonke yangeSonto esigabeni eisphezulu e-Italy kuphoqelekile ukuba ihlehliswe.

Lo mdlali kubikwa ukuthi ushone elele.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.