Kudlule emhlabeni usaziwayo wakuleli ngemuva kokugula isikhashana

2017-07-21 12:32

Johannesburg - Akasekho emhlabeni usaziwayo oke walingisa emdlalweni iRhythm City ku-e.tv, obaziwa nangokuba yisitabane.

U-Iko Mash udlule emhlabeni ngoLwesihlanu ekuseni ngemuva kokugula isikhashana, kubika iDaily Sun.

OLUNYE UDABA: UMalema uthi azojeziswa amakhansela e-EFF asize i-ANC

Imininingwane ngokushona kwakhe ibingakacaci kahle okwamanje, kodwa abasondelene naye bakuqinisekisile ukuthi akasekho emhlabeni.

Umndeni ucele ukunikwa isikhathi sangasese ngalesi sikhathi esibuhlungu. Iphephabhuku iDrum lithi u-Iko Mash ubulawe wumdlavuza.

Buka imiyalezo yenduduzo kulandela ukushona kwalo saziwayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.