Kudlule emhlabeni usomabhizinisi obedumile eThekwini

2016-07-02 14:05

Durban - Usomabhizinisi obedumile waseThekwini nongumsunguli weBlack Management Forum, uDon Mkhwanazi, udlule emhlabeni ngemuva kokushaywa yinhliziyo.

UMkhwanazi wake waba nguSihlalo weFriends of Jacob Zuma, okuyinhlangano eyeseka uMengameli Jacob Zuma ngezinkinga zakhe zezomthetho.

OLUNYE UDABA: Kushone umhlaziyi wodumo eKZN

Lo somabhizinisi usanda kuphakamisa ukuthi uzimisele ngokusiza umengameli akhokhe isikweletu sakhe ngokulungiswa komuzi wakhe oseNkandla.

UMkhwanazi, 63, ushone ngoLwesihlanu esemzini wakhe oseMhlanga efika evela kumngani wakhe.

Sengathi umphefumula wakhe ungalala ngokuthula.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.